Inyuvesi isolwa ngokushaya indiva izinsolo zokudlwengula

2017-06-11 15:01

Durban - I-University of Zululand (UniZulu) ilaxaze uphenyo lwayo lwangaphakathi ngezisebenzi ezimbili ezisolwa ngokudlwengula umfundi, ezigamekweni ezimbili ezahlukene.

Bobabili amagama abo agodliwe ngenxa yokuthi bebengakaveli enkantolo.

Isisulu savula icala esiteshini samaphoyisa eMtunzini ngoMashi nonyaka.

Sitshele iCity Press ukuthi sadlwengulwa ngo-2015 ngesikhathi senza i-honours nango-2016 ngesikhathi senza i-master.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe kwabulawa amalungu amane omndeni

Sithi siyeke ukufunda kulesi sikhungo  ngonyaka odlule ngenxa yokwesaba, kanti manje sesifunda kwenye inyuvesi.

UColonel Makhosi Ncube we-family violence, child protection and sexual offences eMpangeni ukuqinisekisile ukuthi kuvulwe icala.

Uthe umshushisi kulindeleke ahlangane nesisulu bese kuthathw aisinqumo ukuthi abasolwa bazoshushiswa noma cha.

Isisulu sithi sayibikela inyuvesi kodwa akukho eyakwenza, kunalokho saphenduka inhlekisa.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.