Inyuvesi izoqinisa ezokuphepha kulandela ukuhlaselwa kwabafundi

2017-10-04 10:51

Port Elizabeth – INelson Mandela University (NMU) isizibophezele ekuqiniseni ezokuphepha kuzona zonke izikhungo zayo kulandela ukuhlaselwa kwabafundi ababili eSecond Avenue Campus ngoMsombuluko ebusuku.

Abaphathi basenyuvesi bachithe cishe usuku lonke ngoLwesibili bexoxisana nabafundi mayelana nezokuphepha.

Amakhulu abafundi abuthanele eSouth Campus eSummerstrand, lapho bezwakalise khona ukungagculiseki ngesimo sezokuphepha esikhungweni, ukungaphendulwa ngokushesha kwezikhalazo zabo nangokusonga izandla kwenyuvesi.

OLUNYE UDABA: Inyuvesi ilaxaze i-KPMG

Abafundi bathe bafuna ukubona amaphoyisa kuphinde kwandiswe nonogada, ikakhulumazi ebusuku.

Baphinde bacela kube nezokuthutha abafundi ukusuka lapho behlala khona beya esikhungweni ebusuku.

Inyuvesi ithe izokwenza lokhu okufunwa ngabafundi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.