Iphinde yanqatshelwa ibheyili esilale namantombazna angaphezu kwangu-104

2016-08-16 17:32

NSANJE, Malawi - Indoda yaseMalawi esolwa ngokuzibandakanya ocansini nezingane zamantombazane nabantu besifazane abanga phezu kuka-100 ngenhloso yosiko lokugeza, iphinde yanqatshelwa ibheyili.

Umshushisi uChristopher Botoman usiphikisile isicelo sika-Eric Aniva sebheyili esabela ukuthi angase asabise ofakaze ukuba bangafakazi enkantolo.

OLUNYE UDABA: Uzogwetshwa ngezayo ovume awokudlwengula abalinganiselwa ku-100

Lo mshushisi uphinde wathi le ndoda eneminyaka engu-45 ubudala eyathi inesifo se-AIDS ingase ilibalekele icala uma ingase idedelwe ngebheyili.

U-Aniva kuthiwa  usezibandakanye ocansini namantombazane asemancane nabantu besifazane abangu-104, amanye alamantombazane abalelwa eminyakeni engu-12 ubudala, lokhu kuwusiko oluthatha izinsuku ezintathu kanti futhi imali ayitholayo ngokwenza lolu siko iphakathi kwengu-R50 nengu-R90.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.