IPhini likaMengameli likhumbula amagalelo kaNkosi Johnson

2016-07-13 16:02

Johannesburg - IPhini likaMengameli wezwe uCyril Ramaphosa ukhumbula uNkosi Johnson.

Lokhu kwenzeka sekusele isonto kuqale inkomfa yamazwe ngamazwe yesifo seNgculazi eThekwini, kubika iSABC.

Ekhuluma esikhungweni esaqanjwa ngegama likaNkosi eWinchester Hills, uRamaphosa uthe uJohnson usaphila empilweni yomama, izingane kanye nezintandane eziphila negciwane lengculazi.

OLUNYE UDABA:‘INingizimu Afrika ihamba phambili emhlabeni ngabasuleleka nge-HIV’

“Siyaligcizelela iphupho lethu lokuba nesizukulwane esingenayo i-HIV ngaso lesi sikhathi esiphila kuso.

“Sinethemba lokuthi lokhu kuzokwenzeka futhi siyazi ukuthi kuzokwenzeka uma sisebenza ngokubambisana sikhumbule namagaleli enziwa uNkosi,”kusho uRamaphosa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.