Iphoyisa labulawa liyolamulela owesifazane owayeshawa

2016-11-25 15:51

Cape Town – Iphoyisa lasePhilippi East, uConstable Amanda Ladlokova, labulawa ngesikhathi lona nozakwabo bezama ukuyoxazulula isigameko sokuhlukumeza kwasekhaya, kutshelwe iNkantolo yeMantshi yase-Athlone.

"Umsolwa wokuqala usolwa ngokuqinisekisa ukuthi laba ubashiya beshonile,” kusho umshushisi etshela iMantshi uKeith le Keur.

Ikhasi likaFacebook likaLadlokova litshengisa owesifazane obezithanda futhi ethokozela umculo, okubalwa okaZahara, Thandiswa Mazwai ne-Afropop.

Kepha ngemuva kokudutshulwa ngomhlaka-22 Novemba bezingasekho ezinye izithombe ebezingena.

OLUNYE UDABA: Lishonile iphoyisa elidutshulwe nguzakwabo ngephutha

NgoLwesihlanu, omunye wabasolwa ngokudubula, u-Ashwin Kennedy, 19, ubebukeka sengathi udukile ngesikhathi evele enkantolo, kanti abanye abasolwa basagcwele amathafa.

UKennedy, obhekene necala lokubulala nokuzama ukubulala, uveze ukuthi uzocela ummeli woMbuso.

Kuthiwa uLadlokova nozakwabo bamiswa owesifazane emgwaqeni ebatshela ngesigameko esifana nalesi abasihambelayo, ethi senzeka komunye umuzi.

Baqala la abebizwe khona kuqala, bathi befika endaweni yesibili abantu abathathu bavulela ngenhlamvu bebhekise emaphoyiseni, kwashona uLadlokova.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.