Iphoyisa laqambe amanga ngokushona komfana ezitokisini

2016-07-21 17:29

Cape Town - Umnyango ozimele ophenya ukusebenza kwamaphoyisa uthole ukuthi iphoyisa laseBeaufort West likhulume amanga ngokuhlola iziboshwa ezitokisini njalo ngehora.

URobbi Raburabu okhulumela i-IPID uthe leli phoyisa likhulume amanga futhi kumele lithweswe icala lokuba nesandla ekubulaweni kukaGerdo Karelse.

OLUNYE UDABA:Amaphoyisa acela ukufuniswa izigebengu ezidlwengule unogada

Lo mfana waboshwa ngomhlaka 26 Juni esesitokisini noZuko Mqungquthu obeboshelwe elokushaya. Watholakala enqunu futhi eseshonile ngosuku olulandelayo esitokisini.

URaburabu uthi bathole ukuthi iphoyisa elalisebenza ngalobu busuko laqamba amanga kumbiko walo ngoba akayilandelanga imigomo efanelekile yokuhlola iziboshwa njalo ngehora, kubika iCape Times.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.