Iphoyisa libambe umkalo eqhoqhobelwe wuzakwabo embhedeni

2016-05-14 11:33

Harare - Iphoyisa elisebenzela eBulawayo lithi lashaywa ngunkosikazi walo ngemuva kokumbamba oqotsheni eqhoqhobelwe nguzakwabo ekamelweni labo.

UJastice Chenjerai utshele inkantolo ukuthi ufuna incwadi yokuzivikela kumkakhe uLeslie Mandindo.

"UMandindo uyangishaya njalo uma ngumbeka endleleni ngokungaziphathi kahle.

OLUNYE UDABA: Umyeni wami waquleka kathathu senza ucansi-Unkosikazi

"Sishadile noLeslie Mandindo kanti ubehlezi ethembekile ngaphambi kokumbamba ezitika ngocansi nozakwethu emzini wethu. Manje usegcwele udlame useyangishaya njalo uma ngizama ukumqondisa, egcina ukungibeka isandla bekungumhlaka-20 Ephreli.

"Wake wangihlaza phambi komphathi wami nozakwethu wangi"faka" impama nezibhakela umzimba wonke.

"Ngakho ngicela incwadi yokuzivikela kuye," kusho uChenjerai.

UChanjerai uphinde wathi uMandindo unomkhuba wokumkhiyela ngaphandle emzini wabo.

UMandindo eziphendulela uziphikisile izinsolo azibekwa ngumyeni wakhe wathi umqambela amanga.

"Akutshele le nkantolo akusilo iqiniso. Akakaze angibambe embhedeni nesoka futhi angimhlukumezi. Empelezi nguye ohlukumeza mina njalo ngokuhlezi engitshela ukuthi akasafuni ukuhlala nami," usho njalo.

Imansthi yenkantolo itshele uMandindo ukuthi akayeke ukuhlukumeza umyeni wakhe futhi ayeke ukumsongela, kubika iMyZimbabwe.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.