Owesifazane ubelethele eveneni yamaphoyisa

2016-07-16 08:35

Johannesburg - Iphoyisa elisebenzela esiteshini samaphoyisa aKwaNobuhle e-Uitenhage libelethise owesifazane ingane ngoLwesihlanu ekuseni.

UConstable Magda Bezuidenhout obeqhuba umsebenzi wakhe umiswe ngowesifazane  emtshala ngomunye wesifazne osesikwa kuHoyana Street.

OLUNYE UDABA:Ubelethele esiteshini samaphoyisa

"UBezuidenhout ube eselusukumela phezulu udaba waphuthuma wafica owesifazane oneminyaka engu-21 ubudala obesekulungele ukuteta elele eceleni komgwaqo. UBezuidenhout ube esevula iveni ngemuva wayiphendula iwadi lababelethayo eseziwa ngozakwabo amamunike amagilavuzi namanzi. Bonke batetise lo weisfazane ingane enesisindo esingama-3.66kg," kusho uSergeant Majola Nkohli.

"UBezuidenhout ubengaqali ukubelethisa njengoba ake wasiza omunye owesifazane ngomhlaka-28 Disemba 2015, kubika iTimeslive.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.