Iphoyisa libulale abantu ababili, maqede lazibulala nalo

2018-03-01 16:03

Cape Town - Iphoyisa lingqokloze abantu besifazane ababili ngenhlamvu maqede labhekisa ngakulona umbhobho wesibhamu  lazidubula emzini oseLentegeur, eMitchells Plain, ngoLwesine.

"Ngokombiko esinawo, leli phoyisa elineminyaka engu-41 ubudala ebelisebenzela esiteshini samaphoyisa esiseLentegeur lidubule labulala abesifazane ababili lase liyazibulala nalo," kusho okhulumela amaphoyisa uSergeant Noloyiso Rwexana etshela iNews24.

"Abaesifazane ababili ababe yizisulu kulesi sigameko baneminyaka engu-54 no-27 ubudala."

Esinye isikhulumi samaphoyisa, uCaptain FC Van Wyk, sithe amaphoyisa aphenya izinsolo ezithi lesi sigameko sihlobene nodlame lwasekhaya obeluqhubeka kulo muzi ngoLwesithathu ebusuku.

OLUNYE UDABA: Iphoyisa libulale oyedwa, lalimaza abane, lase liyazibulala

Leli phoyisa kusolakala ukuthi belisesikhundleni sikaDetective Sergeant kulesi siteshi ebelisebenzela kuso, kusho umthombo ongaphakathi emaphoyiseni utshela iNews24.

Ngokuthola kwayo iNews24, lo muzi okwenzeke kuwo isigameko uyikhaya labesifazane abashonile kulesi sigameko - okungumama nendodakazi.

Ngesikhathi iNews24 ifika endaweni yesigameko kuBegonia Street, bekunesixuku sabantu abebefuna ukuzozibonela lo mhlola.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.