Iphoyisa lidubule unkosikazi lase liyazibulala eKZN

2017-09-26 14:00

oThongathi - Iphoyisa elineminyaka engu-48 ubudala lizibulele ngemuva kokudubula unkosikazi endaweni yaseSundial Place, eChetty’s Hill, oThongathi ngeSonto.

Ngokubika kwephephandaba iPhoenix Sunonogada benkampani iReaction Unit South Africa babizwe ngamalungu omphakathi ngemuva kokuzwa kuqhuma isibhamu kaningi eduze kwesonto.

Ngesikhathi befika onogada bathole ukuthi uWarrant Officer Shaun Zangwa osebenzela esiteshini saseThongathi ufike kumkakhe obelungisa isidlo sasemini kuleli bandla.

OLUNYE UDABA:Angu-7 amaphoyisa kaMasipala waseKurhuleni anomlando wobugebengu

Lezi zithandani zibe nengxabano ngaphambi kokuba leli phoyisa likhiphe isibhamu somsebenzi i-9mm ladubula unkosikazi kathathu, inhlamvu eyodwa yashaya engalweni, ngaphambi kokuba lizidubule nalo ekhanda.

Abezimo eziphuthumayo bafike kule ndawo bathola leli phoyisa lishonile. Unkosikazi uphuthunyiswe emtholampilo oeseduze lapho alashelwe khona ngaphambi kokudluliselwa esibhedlela.

Okhulumela amaphoyisa aKwaZulu-Natal, uCaptain Nqobile Gwala, uthe uvulwe icala lokuzama ukubulala kanye nelokufa komuntu.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.