Iphoyisa lisebenzise isibhamu somsebenzi ukubulala intombi nomama wayo

2018-03-02 12:31

Cape Town - Iphoyisa lisebenzise isibhamu somsebenzi ukubulala intombi nomama wayo ngaphambi kokuba lizibulale nalo eMitchells Plain ngoLwesine.

Kuthiwa leli phoyisa lithathelwe isibhamu salo somsebenzi ngemuva kwezinsolo zodlame lwasekhaya ngobusuku obandulela isigameko sokubulala.

Lokhu kuqinisekiswe ngabe-Independent Police Investigative Directorate, okuyibona abebephenya lezi zinsolo.

Okhulumela i-IPID uMoses Dlamini uthe uphiko lwabo luphenya ukuthi yisiphi isibhamu esisetshenziswe kulezi zigameko zokubulala.

UGranville Brooks, 41, ubulale intombi yakhe uCharmaine Goliath, 27, kanye nomama wayo uSusan, 54, ngaphambi kokuphendula isibhamu azibulale yena emzini wakubo kwentombi eBegonia Street, Lenteguer.

OLUNYE UDABA:Iphoyisa libulale abantu ababili, maqede lazibulala nalo

UBrooks oyindoda eshadile kuthiwa isidumbu sakhe sitholakale ekamelweni sinenxeba lokudutshulwa ekhanda. Isidumbu sikaSusan naso besisekamelweni sinenxeba lokudutshulwa ekhanda.

UCharmaine yena utholakale egumbini lokuphumula enenxeba lokudutshulwa esifubeni.

Kuthiwa uBrooks ubuye wadubula omunye wesimame oyisiqashi kulo muzi kanye nesihlobo ebesizama ukungena endlini.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.