Iphoyisa lisola isikhwele sesoka ngokubulawa kwentombazane

2016-05-05 18:32

Cape Town – Umseshi ophenya ngecala lokubulawa kukaSinoxolo Mafevuka uthi inhloso yokubulawa kwakhe ngabazala besoka yingenxa yesikhwele.

Lo mseshi ubeqhubeka nokunikeza iNkantolo kaMantshi eKhayelitsha ubufakazi kwisicelo sebheyili sezelamani ezimbili ezibekwe icala lokudlwengula nokubulala uSinoxolo ngaMashi kulo nyaka.

Lezi zelamani zaboshwa ngemuva kwamasonto ambalwa kutholakale umzimba wale ntombazane kanti namaphoyisa ayeselunywe indlebe ngokuthi babonakala ngasendaweni lapho kutholakale khona umzimba.

OLUNYE UDABA:Umbulali uchaza indlela agenca ngayo ikhanda lomufi

Inkantolo ilalele ubufakazi bokuthi lezi zelamani kanye nomzala wazo zaziphansi-phezulu zithungatha umufi ezinsukwini ezimbalwa ngaphambi kokuba atholakale edindilizile.

“Bamthola enomunye umuntu wesilisa ngoMsombuluko ekuseni, babefuna ukumhlasela naye lowo mlisa,’kusho iphoyisa.

“Babenenhloso yokumbulala futhi wukuthi bebenesikhwele ngomzala wabo owayehlose ukumshada uSinoxolo.”

Daily Voice

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.