Iphoyisa lixolisile ngokushiya isibhamu ngephutha esikoleni

2018-03-14 14:02

Michigan — Iphoyisa lixolisile ngokushiya ngephutha isibhamu ekhabetheni eligcina izimpahla ejimini esikoleni saseMichigan.

UMichael Main wasemaphoyiseni ase-Isabella ukhiphe isitatimende ngoLwesibili esithi uyazisola kakhulu ngesenzo sakhe esiwubudedengu.

Uthi ubesemcimbini wangempelasonto eShepherd Middle School, wasebenzisa ikhabethe ukubeka izimpahla zakhe ngemuva kokushintsha.

OLUNYE UDABA: Isililo kudlula emhlabeni umbhali obedume umhlaba wonke

UMain uthi ubecabanga ukuthi isibhamu sakhe besisesikhwameni ngesikhathi ehamba.

IMorning Sun of Mount Pleasant ibike ukuthi uthishanhloko waseShepherd Public Schools, uClaire Bunker, utshele abazali ukuthi isibhamu sitholakale ngaphambi kokuba kuqale ukufunda ngoMsombuluko. Kanti bebebuzana ukuthi ubani osishiyile.

UMain uthi isibhamu sitholwe ngumfundi okunguyena obikele umuntu omdala ngokushesha.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.