Iphoyisa lizibulale nonkosikazi kuxatshanwa

2016-07-13 20:29

Bloemfontein – Iphoyisa lingqokloze ngesibhamu unkosikazi walo ngaphambi kokubhekisa umbhobho wesibhamu ngakulona lase liyazibulala emzini wabo oseBloemside.

Kuthiwa lokhu likwenze ngesikhathi bexabana, kusho amaphoyisa aseFree State ngoLwesithathu.

Lesi sigameko senzeke ngoLwesibili ebusuku ngabo-19:20, kusho okhulumela amaphoyisa uSergeant Ikobeng Hlubi.

OLUNYE UDABA: Iphoyisa lizibulale nonkosikazi

Leli phoyisa, 45, elinguWarrant Officer, elisebenzela eBram Fisher Airport, liqale lasabisa unkosikazi walo, 44.

"Unkosikazi ube esebalekela emnyango, lamlandela lase liyamdubula,” kusho uHlubi.

Iphoyisa libe seliyazidubula nalo.

Umkalo ubenamahlandla amabili okudutshulwa ekhanda.

Kuvulwe icala lokubulala nelokufa komuntu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.