Iphoyisa lizingqongqise nendlu nezingane zalo ezimbili

2016-07-25 16:01

Nairobi - Iphoyisa lesifazane elisebenzela esiteshini esiseHoma Bay, eKenya, lisolwa ngokuzibulala ngokuzokhela ngomlilo nezingane zalo ezimbili.

Leli phoyisa, 28, kuthiwa lizikhiyele nezingane emzini walo ngaphambi kokuwuthungela ngomlilo.

Omakhelwane bathi uJudith Karandi ubenezinkinga emshadweni wakhe njengoba bebengaboni ngasolinye nomyeni wakhe.

OLUNYE UDABA: Ungqongqiswe ngomlilo obedunwa imoto – Umbiko

Izigameko zokuzibulala kwamaphoyisa zilokhu ziqhubekile nokwenyuka, kanti ucwaningo lusola ukuthi amaphoyisa asuke enokhwantalala ngenxa yezimo asebenza ngaphansi kwazo.

Ucwaningo luqhuba ngokuthi ukubona izingozi, abantu ababulewe nabazibulele kunomthelela ekuzibulaleni kwamaphoyisa.

Ngokwezibalo, abalelwa ku-28 amaphoyisa azibulele ngonyaka odlule eKenya.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.