Iphume nemiphefumulo engu-7 eyetekisi neloli eGoli

2017-01-20 19:30

Johannesburg - Bangu-7 abantu abashonile kwalimala abangu-14 engozini yetekisi neloli ngoLwesihlanu emini.

Le ngozi yenzeke kumgwaqo uMain Reef noLuipaard endaweni yaseKrugersdorp.

Okhulumela abe-ER24 uRussel Meiring uthe kuvalwe umgwaqo ngoba iloli litholakale limi phakathi komgwaqo.

OLUNYE UDABA:Uzumeke walala umshayeli wetekisi ethole ingozi - Umbiko

"Itekisi okuyilona elilimele kakhulu belinabantu abaningi abalimele.

"Ngesikhathi kuhlolwa isimo kutholakale izidumbu ezimbalwa phakathi etekisini,"kusho yena.

Uqhubeke wathi kunenqwaba yabantu ebingaphakathi etekisini ilimele kabi.

Bonke abalimele baphuthunyiswe ezibhedlela ezahlukahlukene.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.