Iphume phambili i-IFP eNkandla

2016-08-04 20:33

Pretoria -  Iqembu lezepolitiki i-Inkatha Freedom Party iphume phambili okhethweni kumasipala waseNkandla KwaZulu-Natal ngamaphesenti amavoti angu-54.

OLUNYE UDABA: Umlando omncane nge-IFP

U-Albert Mncwango iNhloko yokhetho ku-IFP wamukele imiphumela.

I-Independent Electoral Commission (IEC) imemezele imiphumela yesiFunda lapho okuhlala khona uMengameli Jacob Zuma ngoLwesine ngezsikhathi sesidlo sasemini, kubika i-eNCA

UZuma uvote esikoleni esiseNkandla iNtolweane Primary.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.