Iphume phambili iGenerations: The Legacy kweleziqephu zocansi

2017-08-08 14:05

Johannesburg - Umdlalo owuchungechunge kamabonakude iGenerations: The Legacy, eyangena obishini ngemuva kokuba iBroadcasting Complaints Commission of South Africa (BCCSA) ithole izikhalo eziphuma kubabukeli, iphume phambili.

Kukhalaze abantu abangaphezu kwabangu-160 ngeziqephu zocansi ezadlala kulo mdlalo phakathi komhlaka-11 nomhlaka-18 Julayi. Yize kunjalo i-BCCSA ithole iGenerations ingenacala kanti ngemuva kophenyo lo mdlalo, usuzobaxwayisa ababukeli ngendlela efanelekile.

OLUNYE UDABA:I-BSSCA ithi iGenerations ingaqhubeka nokutshengisa uMamlambo

Lo mdlalo kufanele ufake umbhalo; "Umdlalo wanamuhla uneziqephu ezibandakanya ucansi."

IGenerations: The Legacy idlala phakathi nezinsuku ku-SABC 1 ngezithuba zabo-20:00. 

 - Drum

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.