Iphunga elibi liholele ekutholakaleni kwesidumbu endlini

2016-07-18 10:03

Mangaung - Umndeni wakwaNyokong besekuphele isonto ulokhu uzibuza ukuthi  ngabe ikuphi indodana yawo ngesikhathi uzwa iphunga elibi endlini.

Lokho kubenze baqala ukwenza uphenyo.

Baqale ngokuchitha umgqomo kadoti baqinisekisa nokuthi esefrijini akukho lutho olubolile.

Kodwa kuthe uma begqekeza umnyango wendlu yendodana yabo ngoLwesihlanu bezwa iphunga selinuka ngokwedlulele…

Funda nalolu daba: Kushone umndeni imoto ishayisa ibhulohwe

USiphiwe Nyokong,31, obedume ngelika-Abdul Assiz njengoba ebesekhethe inkolo yamaSulumane, utholakale eshonile embhedeni, isisdumbu sakhe sesonakele.

UMpolokeng Nyokong,50, waseRocklands eMangaung, eFree State uthi ubehlale ebheka ukuthi ukhona yini ukhiye emnyango wendlu yendodana yakhe, kodwa ubungekho nobekumenza acabange ukuthi ayikho phakathi indodana yakhe.

Okhulumela amaphoyisa uSeargent Ikobeng Hlubi uthi kuvulwe idokodo.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.