Iphupho lophase ngamalengiso ophila nokukhubazeka

2017-01-05 10:01

Johannesburg – Umfundi ongaboni kahle emehlweni, u-Ephodia Mudau waseRevoni School for the Blind eLimpopo ubengakulindele ukuthi angenza kahle.

UMudau ubengumfundi obashaye bonke emakhanda kulabo abangaboni kahle ezikoleni zabaphila nokukhubazeka.

Uthe isifiso sakhe ukuba yintatheli.

OLUNYE UDABA: Umfundi obashaye bonke emakhanda

“Ngijabulile kakhulu. Bengingakulindelele lokhu,” usho kanje. 

Uchaze unyaka enze ngawo umatikuletsheni njengobeyinselelo enkulu.

“Ngibhekane nenselelo enkulu kakhulu kodwa ngenza konke okusemandleni wami. Inhliziyo yami bengiyibeke ezifundweni. Bengihlala ngaphakathi esikoleni kanti uthishanhloko ubehlala engikhuthaza ukuba ngifunde.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.