Iphuthunyiswe ngendiza esibhedlela intombazane ewe ehhashini

2018-03-04 08:30

Johannesburg - Kudingeke ukuba iphuthunyiswe ngendiza enophephela emhlane intombazane, 16, ngemuva kokulimala kanzima ngesikhathi iwa ehhashini epulazini ngaphandle kwaseBlue Hills, eGoli ngoMgqibelo ntambama.

URussel Meiring we-ER24, uthe abosizo lokuqala bafike endaweni yeisgameko bathola abanye bezimo eziphuthumayo bematasa nale ntombazane.

OLUNYE UDABA:Uphuthunyiswe ngendiza esibhedlela owesilisa othole ingozi ku-N14

"Le ntombazane, ihlolwe endaweni yesigameko kwatholakala ukuthi ilimale kabi ekhanda, isimo sayo besibucayi kakhulu," esho.

UMeiring uthe kudingeke ukuba kusetshenziswe izinsiza ezisezingeni eliphezulu ukuzama ukuyihlenga.

"Ngemuva kokulashwa, iphuthunyiswe eMediclinic eSandton ngendiza enopphephelas emhlene iyoqhubeka nokulashwa," usho njalo

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.