IPirates ayikasithathi isinqumo ngofunwa yiBafana

2018-03-15 16:02

Johannesburg - Kubikwa ukuthi i-Orlando Pirates ayikasithathi isinqumo ngesicelo sokuba umsizi kamqeqeshi, uRhulani Mokwena, ajoyine uStuart Baxter neBafana Bafana kowobungani neZambia.

Kulandela ukumenyezelwa kwesikwati seBafana, uBaxter umemezele ukuthi ufuna uMokwena abeyingxenye yethimba labaqeqeshi eqenjini lesizwe emizameni yokuthuthukisa abaqeqeshi abancane kuleli.

Ngokombiko weSiya crew, imithombo engaphakathi kwiPirates ithi abaphathi basazocabanga kahle ukuthi uMokwena angaba yini yingxenye yeBafana.

OLUNYE UDABA: Umdlali ezinsolweni zokudlwenmgula

Kuthiwa iPirates izosithatha namhlanje isinqumo ngalolu daba.

URhulani ukewasebenza njengomqeqeshi othuthukisa abadlali abancane kwiMamelodi Sundowns ngaphambi kokuba anyuselwe kwesokusiza uPitso Mosimane, wabe esejoyina iPirates ngo-Agasti nyakenye. 

Ngaphansi kukaMilutin Sredojevic, uMokwena usize iPirates yanyukela endaweni yesibili kwilogi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.