IPirates ihlabane ngomdlali weChippa - Umbiko

2016-07-05 14:34

Johannesburg - Iqembu le-Orlando Pirates selisayinise uNkosinathi Mthiyane obengumdlali weChippa United, umbiko.

ISiya Crew ibika ukuthi uMthiyane ubefunwa yiBhakabhaka kusukela ngoFebhuwari, kanti leli qembu lixoxisane neChippa ‘sekuphele isizini’.

Imithombo esondelene nePirates ikuqinisekisile kwiSoccerLaduma ukuthi lo mdlali wasemuva uyojoyina ozakwabo abasha kwiPirates ngaphansi kukaMuhsin Ertugral namhlanje.

Funda nalolu daba: Ugabhise iPirates ethathwa yiDowns

“I-Orlando Pirates isiphothulile ukusayinisa uNkosinathi Mthiyane kwiChippa United. Sekuqediwe ngesivumelwano. Lo mdlali kumanje useGoli kanti usendleleni uyojoyina ozakwabo ejimini. Ufike esikhumulweni sezindiza ekuseni futhi ulandwe khona engesinye sezikhulu zePirates esimhabise eqenjini,” kusho umthombo.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.