IPirates isidedele umdlali obengalitholi ijezi

2016-08-16 11:32

Johannesburg – Sekuvele izindaba ezithi ngempela i-Orlando Pirates isimdedelile umdlali wasesiswini uYasser Mugwera, odabuka e-Uganda.

Lo mdlali kube nzima ukuthi athole ijezi kusukela asayina inkontileka yeminyaka emithathu ngo-2015, kusho umbiko weKickOff.com.

"Yebo, uMugwera akaseyena umdlali wePirates, incwadi yokumkhulula siyithole ngoMsombuluko. Usengajoyina noma yiliphi iqembu alithandayo manje,” kusho obhekelele izindaba zikaMugwera, uDennis Idrissa.

OLUNYE UDABA: IPirates idedele umdlali obesethathwa njenge'dlozi'

“Uyalibonga ithuba anikezwe lona yiqembu elingelinye lamakhulukazi ezwenikazi i-Afrika, yize kungalunganga ngenxa yezizathu ezithile,” esho.

AmaBhakabhaka afaka lo mdlali ohlwini lwabadlali abahambayo ngoJulayi, kanye noLehlohonolo Majoro, Sifiso Myeni noRoger Majafa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.