IPirates izimisele ngokusayinisa u'Messi' we-NFD - Umbiko

2017-12-20 12:32

Cape Town - Sekuvele imibiko ethi umdlali wasesiswini kwiTshakhuma Tsha Madzivhandila uMonde Mpambaniso uzingelwa yi-Orlando Pirates, kanti amanye amaqembu amfunayo futhi kubalwa i-Ajax Cape Town namaZulu.

Lo mdlali usefake amagoli amane emidlalweni engu-13  kwiNational First Division (NFD) kule sizini.

"I-Orlando Pirates imgaqele uMonde Mpambaniso odlala kwi-TTM. Wayevele engumdlali wayo emazingeni aphansi," kusho umthombo ongadalulwanga igama ukhuluma neSoccer Laduma.

"Wayedlalela iYebo Yes esikhathini asichitha nale kilabhu. Njengoba iPirates izimisele ngokubuyisa bonke abadlali eyabakhulisa, igama likaMonde nalo likhona kulolo hlu lwabadlali."

OLUNYE UDABA: IPirates ilahlwe yicala lokungaziphathi kahle kwabalandeli

Lo mthombo uthi awunakungabaza ukuthi uMpambaniso uzoba wusizo kule kilabhu enkulukazi eNingizimu Afrika.

"IPirates, AmaZulu ne-Ajax Cape Town bayamfuna lo mdlali. Usefomini enhle futhi uyawafaka amagoli kwi-TTM. 

"Udaba lwakhe luhlaba umxhwele. Yize engasiyena umdlali omude kepha ithalente analo liyamangalisa. Umdlali omfishane kunabo bonke enkundleni nguye ovalela amagoli masonto onke.

"Ungikhumbuza u(Lionel) Messi."


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.