IPirates izoyiphinda futhi iChiefs ngesibhaxu - Inkakha

2016-07-30 14:08

Johannesburg - Inkakha yeBafana Bafana uMark Williams ukholelwa ekutheni i-Orlando Pirates yiyo ezodla umhlanganiso uma isidlala neKaizer Chiefs kowomkhaya baseSoweto.

AmaBhakabhaka azogadulisana naMakhosi koweCarling Black Label Cup, kulo mdlali onezikwati ezikhethwe abalandeli.

OLUNYE UDABA: Owe-Carling Black Label uvusa umunyu kimi, kusho owePirates

"Akuyena umqeqeshi okhetha abadlali abazoqala umdlalo, kepha kuba ngabalandeli. Ngokwami ukubona iChiefs ngeke ilibone elidlalayo," kusho uWilliams, ekhuluma neSiya Crew.

Lo mdlali uzoqala ngo-15:30 kanti uzobe ubanjelwe e-FNB Stadium.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.