IPosi linikwe ithuba lokuholela abantu eyesibonelelo sikahulumeni

2017-10-19 11:00

Cape Town - ISouth African Social Security Agency (Sassa) isinikeze iSouth African Post Office (SAPO) ithuba lokuba ithathe izintambo ekukhokheleni abantu bakuleli imali yesibonelelo sikahulumeni.

Lokhu kwenzeke ngemuva kwezingxoxo phakathi kwabakwa-SAPO nabakwaSassa, kusho uMnyango wezokuThuthikiswa koMphakathi ebusuku ngoLwesithathu.

"ISassa ibilokhu isebenza ngokuzikhandla ngaphansi kobuholi boMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi noNgqongqoshe woMnyango bezama ukuthola isixazululo sokukhokhela abantu imali yesibonelelo sikahulumeni,” kusho uMnyango esitatimendeni.

OLUNYE UDABA: Kudaleke ingozi abagibeli begebenga umshayeli we-Uber

Isimemezelo silandela ukuba abakwa-Sassa behlulekile ukuvela ePhalamende ukuzokwazisa amalungu ePhalamende ngokuqhubekayo mayelana ngezinhlelo zokuqeda ubudlelwane ne-CPS.

UNgqongqoshe udalule ukuthi i-SAPO njengenkampani kahulumeni ingabamba iqhaza elikhulu lapho ingakwazi khona ukuhlangabezana nemigomo yakwa-Sassa.

Uthe lokhu kungasiza i-SAPO ukuba ivule ezinye izikhungo zayo ezindaweni ezisemakhaya nasemalokishini esezavalwa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.