IPost Office ixoshe abasebenzi abangu-228

2016-07-07 08:00

Johannesburg – Sekuxoshwe abasebenzi abangu-228 ePost Office kulandela isiteleka esasingagunyaziwe sangenyanga ephelile.

Umbhikisho wawuhlelwe yi-influential Information and Communication Union of South Africa.

OLUNYE UDABA: Iningi lizongenela isiteleka eposini kuleli sonto

Le nyunyana yaphakamisa ukukhathazeka kwayo ngokumiswa kukaNobhala Jikelele wenhlangano uGibson Ramoadi.

Olunye udaba wukuhluleka kwabasePosini ukunyusela bonke abasebenzi abaqashwe ngokugcwele amaholo ngama-6.5% ngonyaka wezimali ka-2014/15.

Le nyunyana ithe abanye abasebenzi baxoshiwe kanti abanye bamisiwe.

 - eNCA

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.