Iqembu ebelingeneme ngokungakhishwa kwemiphumela lishise ikolishi

2016-05-19 08:03

Groblersdal – Ukungamenyezelwa kwemiphumela yokhetho lweSRC kuholele ekutheni abafundi bashise izimoto, umtapo wolwazi nempahla yasehhovisi eSekhukhune TVET College, kusho uthishanhloko ngoLwesithathu.

Elinye lamaqembu amathathu abengenele ukhetho lokuhola umkhandlu omele abafundi lidale umonakalo ngoLwesibili ebusuku olinganiselwa ku-R1.2m, kusho uTebogo Kekana kwiNews24.

Funda nalolu daba: Libuyela enkantolo elokubulawa kwentombazane

“Kubukeka sengathi ikomidi lokhetho belisazoqinisekisa izinto ezithile kuqala 9ngaphambi kokukhipha imiphumela). Abantu banqaba, bakhetha ukucekela phansi impahla.

Bekungakatholakali ukuthi yiliphi iqembu elidale umonakalo kodwa amaqembu abengenele ukhetho yiSouth African Students Congress, i-EFF, neSekhukhune Express.

Okhulumela amaphoyisa eLimpopo uColonel Ronel Otto uthe bekungakaboshwa muntu okwamanje kodwa amaphoyisa asiqaphile isimo.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.