Iqembu elisha ku-PSL lilande umdlali waphesheya

2016-07-14 11:31

Cape Town - ICape Town City isimemezele ukuthi isayinise umdlali wasesisiwni odabuka ezweni lase-Australia, uMatt Sim.

Lo mdlali oneminyaka engu-28 ubudala, ophinde adlale nasemuva, ukewadlalela iCentral Coast Mariners neWestern Sydney Wanderers.

Funda nalolu daba: IPirates ikhiphe uhlu lwabadlali abasha nabazodedelwa

Umnikazi weCity uJohn Comitis uthi unethemba lokuthi uSim uzofika namava kuleli qembu elisha.

"Iqembu belifuna umdlali ongadlali endaweni eyodwa futhi onamava,” kusho uComitis, kubika iKickOff.com.

"Yingakho sidlule umngcele wase-Afrika sayolanda uMatt Sim.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.