Iqembu lePSL limise umqeqeshi

2017-02-18 12:41

Johannesburg - IBaroka FC have isimise umqeqeshi uJacob Sakala kanye nethimba lakhe ngokushesha, kubika iSoccer Laduma.

Ompetha beNational First Divison abenzi kahle kwi-Absa Premiership, njengoba behlulekile ukunqoba ngisho umdlalo owodwa emidlalweni engu-11 eyedlule.

USakala, Edward Williams nomqondisi uMark Harrison bamisiwe ngokushesha.

OLUNYE UDABA:  IChiefs izodlala ngaphandle kwesiqonqwane sasemuva

Kuvele ukuthi lowo owayengumqeqeshi waleli qembu uKgoloko Thobejane kanye nethimba lakhe bangase bathathe izintambo emdlalweni waleli qembu neBidvest Wits ngoLwesibili.

"UJacob Sakala umisiwe emsebenzini wakhe wokuqeqesha kwiBaroka .USakala umisiwe kuze kuphume umbiko wokuqondiswa kwezigwegwe. Njengoba emiswe ngeke aholelwe. Imoto yeqembu abehamba ngayo ithathiwe kuyena,” kusho umthombo okhulume neSoccer Laduma.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.