Iqeqebana labafundi lishise amagumbi okufundela enyuvesi

2017-09-11 12:30

Cape Town – Amaphoyisa asebenzise ama-stun grenade ukuhlakaza isixuku sabafundi baseCape Peninsula University of Technology (CPUT) abavuke umbhejazane ngoMsombuluko ekuseni, kusho inyuvesi.

Okhulumela i-CPUT, uLauren Kansley, uthe amaphoyisa, onogada basenyuvesi kanye nabazimele basiqaphile isimo esikhungweni senyuvesi eKapa.

UKansley uthe iqeqebana labafundi lishise amagumbi okufundela ekuseni ngoMsombukuko.

OLUNYE UDABA: Kushone abashayeli ababili kungqubuzana amaloli

"Sicabanga ukuthi izigameko ezinjena, ezenziwa yiqeqebana labafundi, ziyimizalo yokuphazamisa izivivinyo nokususa uthuthuva.

“I-CPUT inezikhungo eziyisithupha, ngakho ukubhalwa kwezizivinyo kwezinye izikhungo kuyaqhubeka ngaphandle kokuphazamiseka.”

UKansley uthe asikho isikhungo esesivalwe ngokusemthethweni okwamanje.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.