"Iqukethe indoda eveza 'induku' yayo emgwaqeni"

2016-05-19 11:34

Johannesburg - Kunendoda ehamba iveza 'induku' yayo emphakathini kanti izakhamuzi zifuna iwuyeke lo mkhuba njengoba zithi zikhathele yile ndoda.

Yize abanye bethi bakhathele yile ndoda abanye bathi iqukethe 'into' yangempela.

"Le ndoda iyinono futhi inguswenka kanti futhi iphiwe.

OLUNYE UDABA:'Induku' yami ayifuni ukusebenza ivele izilalele nje

"Kufanele asivezele 'induku' yakhe kodwa hhayi esidlangalaleni," kusho esinye isakhamuzi.

Izakhamuzi zaseKempton Park eKurhuleni zithe kwakuyizithuba zabo-11:00 ngeSonto ngesikhathi zibona le ndoda iveze 'induku' yayo.

Le ndoda okukholakala ukuthi ineminyaka ebalelwa kwengu-40 ubudala yama emakhazeni, izulu liyidliva yona yakhipha 'induku' yayo yayidlalisa.

"Kwakungathi itshengisa omunye umuntu ngaphesheya komgwaqo. Yayibukeka ijabulile ngokuveza induku," kusho esinye isakhamuzi.

Lesi sakhamuzi sithe sasisendlini ngesikhathi sibona le ndoda ngewindi iveza 'induku' yayo.

Kwivideo yeDaily Sun le ndoda ibonakala ikhumula ibhande okhalweni ngesikhathi ime emgwaqeni ibheka ngapha nangapha.

Kubukeka sengathi ikhuluma nomuntu njengoba ibuye ikhombe 'induku' ngaphambi kokuyikhipha ebhulukweni.

Le ndoda igcina iyikhiphile 'induku', iyibambe iyibhekse le nale.Le ndoda igcina ibalekile njengoba kuba khona oyimemezayo kodwa yabuya ngemuva kwezisuku ezimbili ixoshiwe.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

 - Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho

 - Thola izindaba zeDaily Sun kuFacebook


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.