Iqulu ligqeme oshayise ingane, 4, yashona

2017-08-11 18:01

Johannesburg - Ishonile intombazane, 4, kulandela ukushayiswa yitekisi ePolokwane.

Abosizo lokuqala iNetcare 911 babizelwe endaweni yeisgameko ngoLwesine ebusuku kanti bathi ithole amanxeba amabi ekhanda.

Abosizo lokuqala bathi umshayeli yetekisi uhlaselwe yiqulu labantu emphakathini.

OLUNYE UDABA:Ushayiswe yimoto washona ezama ukubalekela izigebengu eThekwini

Isikhulumi uNick Dollman, uthe umshayeli uphuthunyiswe esibhedlea esesimeni esibucayi.

"Leli qulu labantu lenze kwanzima ukuthi abosizo lokuqala bafinyelel kule ndoda. Kuthe iqulu selisabalala, abosizo lokuqala kwayima besondela kulo mshayeli wetekisi oneminyaka engu-34 ubudala.

"Kumbulwa kwembeswa kulo mshayeli okhandwe ngamatshe washaywa, wathola amanxeba amabi ekhanda.

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.