ISadtu ikhathezekile ngodlame ezikoleni zaseW Cape

2017-08-11 11:00

Cape Town - ISouth African Democratic Teacher's Union (Sadtu) ithi ikhathazeke kakhulu ngokwanda kodlame ezikoleni zaseWestern Cape.

ISadtu imemezele izinhlelo zokubhikisha ezikoleni ezinsukwini ezizayo.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe umfundi,15, emagcekeni esikole

UJonovan Rustin weSadtu, uthi inkinga yodlame lwamaqembu ezigebengu ezindaweni ezahlukene, okubalwa kuzo iManenberg, iBonteheuwel naseHanover Park, iyinkathazo.

"ISadtu isikhethe ukubhikisha izinsuku ezinhlanu ezilandelayo ngenhloso yokuba umphakathi wenze imizamo yokugcina indawo iphephile."

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.