Isale imabokoboko intombi ecele ukulotsholwa

2017-08-10 12:31

Johannesburg - Amaphoyisa aphenya isigameko sendoda yaseHillbrow, eGoli, sezinsolo zokushaya intombi yayo ngoba iyicele ukuba iyilobole, kubika i-Alex News.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Allie Kodisang uthe le ndoda ivulelwe icala lodlame lwasekhaya ngokushaya isisulu.

OLUNYE UDABA: Ufuna ilobolo ogilwe yingoduso

Isisulu kuthiwa sicele ukulotsholwa ngoba sebethandane isikhathi eside.

Umsolwa kubukeka sengathi kumdinile lokhu, kusolwa ukuthi ube esengenela isisulu ngezibhakela ebusweni, ekhanda, ezandleni nasemzimbeni, esishiya namanxeba amabi adinga udokotela, waqeda wahamba.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.