Isale phansi ingane kuxabana izithandani

2016-05-19 11:34

Durban - Ibe segcupheni yokulimala ingane elaxazwe ngabazi bayo ngesikhathi kuqubuka ingxabano phakathi kwabo eNanda ngoLwesithathu.

Isikhulumi se-Reaction Unit South ASfrica uPrem Balram uthe abosizo lokuqala nonogada baphuthume endaweni yesigameko ngaphambi kokuba kuhlwe.

"Amalungu e-IUSA aphuthume endaweni yesigameko ngemuva kokuthola ucongo oluvela kwizakhamuzi zibika ngengane eseceleni komgwaqo," usho njalo.

OLUNYE UDABA: Zimkhalele owashiya ingane emotweni wangena kwi-Strip-club

"Ngesikhathi sifika safica ubaba wengane esebuyile watshela amaphoyisa ukuthi yena nentombi yakhe eneminyaka engu-20 ubudala abasahlali ndawonye.

"Uvele wathi akasayifuni ingane wabe-Child Welfare ukuthi bagcine ingane endaweni ephephile. Ubaba wengane wanqaba wathi kungcono iyohlala nomama wentombi eShowe," usho njalo eqhuba.

UBalram uthe le ndoda iphinde yathi baqale ukuxabana ngesikhathi sebeya erenki.

"Uvele walaxaza ingane phansi watshela isoka lakhe ukuthi akayihambise yedwa ingane noma bayishiye eceleni klomgwaqo."

Lezi zithandani nengane zidluliselwe emaphoyiseni ukuze kuzoqhubeka uphenyo.

Amaphoyisa abengakaphawule ngodaba ngesikhathi sokushicilelwa kodaba.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.