Isalukazi sebenzisa umuzi waso njengendawo yokusebenza abaqwayizi

2016-04-28 10:01

Durban -  UZohra Mohamed Teke oyintatheli ephenya ngebhizinisi lezo cansi, uhambele umuzi oseDurban North okuthiwa usebenza abaqwayizi.

Lokhu ukwenza ngemuva kwezinkulumo zokuthi imboni yabaqwayizi igunyazwe ngokusemthethweni ukuze kwehle isifo sengculazi kulabo abasebenza njengabaqwayizi ngokusho kwalowo oyiPhini likaMongameli wezwe uCyril Ramaphosa..

Njengoba kungakabi bikho emthethweni ukuhweba ngale ndlela, lapha umnikazi walo ulenzela kwakhe. Uma unganakile ungacabanga ukuthi indawo yokuziwotawota.

OLUNYE UDABA:Baphisane ngocansi abaqwayizi begubha inkululeko

Ngaphandle umuzi ofana neminye imizi futhi sekuneminyaka engu-10 liqhuba leli bhizinisi futhi maningi amakilayenti aphambana emnyango.

Umnikazi wale ndawo owaziwa ngo-Julia oseminyakeni yo-60 ubudala uthi ibhizinisi selehlile. “Amakhasimende awasagcwali njengasekuqaleni.”

Uthi wangena kuleli bhizinisi esemncane ngenkani, kanti wahlala kulo kwaze kwaba wukuthi uzivulela elakhe.

-The Mercury

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.