Isaphenywa okwabandakanyeka kuyo oweGeneretions

2016-04-27 14:00

Johannesburg - Akukezwakali lutho mayelana nokuthi umlingisi womdlalo wakumabonakude iGenerations: The Legacy, uRapulana Seiphemo uzobhena namacala yini kulandela isigameko sengozi eyamshiya elimele kanzima yabulala nabantu ababili ngomhlaka-14 Febhuwari.

Okhulumela amaphoyisa uTsekiso Mofokeng uthe isigameko sisaphenywa.

OLUNYE UDABA: Kulindeleke ukuba abuyele emsebenzini maduze 'uTau'

"Ngingakuqinisekisa ukuthi isigameko sisaphenywa. Kuphenywa icala lokuphanga kuhlonyiwe nelokubulala ngokungenhloso kanti uma sekubuye imiphumela yokuhlolwa kwegazi kwatholakala nocwaningo lwabezesayensi kuzocaca ukuthi ngubanio ozothweswa icala," kusho uMofokeng.

USeiphemo odlala indawo kaTau wabandakanyeka engozini eyenzeka ku-N14 eduzane naseDiepsloot ngomhlaka-14 Febhuwari ngesikhathi kushayisana izimoto.

Khonamanjalo uSeiphemo obelulalmela ekhaya kulindeleke abuyele emsebenzini ekuqaleni kwenyanga ezayo, kubika iTimesLive.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.