Isejele indoda eyalengisa ingane ebhilidini ifuna o-'like' kuFacebook

2017-06-21 11:00

Algiers – Inkantolo yase-Algeria isigwebe owesilisa iminyaka emibili ebhadla ejele ngokulengisa ingane ngewindi ngoba efuna ukuthola o-“like” enkundleni yezokuxhumana uFacebook.

Le ndoda yabe isifaka lesi sithombe sayo ibambe ingane yomfana ngesikibha isesicongweni sebhilidi yase ifaka umbhalo othi: “o-Like abangu-1 000 okungenjalo ngimsacaza phansi umntwana”.

Lokhu kwaholela ekutheni kuqale umkhankaso wokuthi iboshwe, khona ezinkundleni zokuxhumana.

Ummangalelwa ube esebekwa icala lokubeka impilo yengane engozini ngemuva kokuboshwa ngeSonto, kusho amaphoyisa.

Le ngane ibilengiswe ngewindi esitezi sika-15 ebhilidini elise-Algiers, kusho umbiko we-Al Arabiya.

Le ndoda, eyisihlobo sale ngane, iphikile ukuthi yabeka impilo yale ngane engcupheni yathi lesi sithombe sidokotelwe abantu basezinkundleni zokuxhumana.

“Lesi sithombe sathatha kwi-balcony, nengasabonakali kulesi sithombe ngoba sesidokoteliwe,” ucashunwe esho kanjalo.

Ubaba wale ngane kuthiwa ucele inkantolo imxolele ummangalelwla ngoba wayeqhuma incoko nje, kepha ijaji langayingena leyo lathi kusobala esithombeni ukuthi le ngane yacishe yalimala.

 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.