Isekude ukuphela ekaGaxa namaKhosi

2016-07-28 16:01

Naturena - UGlyn Binkin omele uSoniso Gaxa uthe lizovela iqiniso mayelana nengxabano phakathi kwalo mdlali kanye neKaizer Chiefs.

Lo mdlai wasemuva ubhekene ngeziqu zamehlo naleli qembu kulandela isimemezelo sokuthi uyakhululwa kwinkontileka yakhe, yize kwamenyezelwa ngaphambilini ukuba usayine inkontileka entsha.

OLUNYE UDABA:OweChiefs uthi abusehli nobuthongo ngenxa yokuhlulwa kweqembu

Amakhosi avume kwikhasi labo laku-Twitter ngoMfumfu wonyaka odlule ukuthi uPa unikezwe inkontileka entsha ezophela ngo-2018, kodwa ngoNhlangulana kulo nyaka baveze ukuthi bayamdedela.

UGaxa noBinkin balwa naleli qembu ngesihluku abasenzayo sokumxosha kanjena. Ekhuluma nabe-Siya Crew uBinkin uthe kuzoqulwa leli cala ngomhlaka 18 kuNcwaba futhi lapho elizovela khona iqiniso.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.