Ishaye uvala intombi ithumela izithombe zenduku yesoka ku-WhatsApp

2016-07-23 13:31

Durban - Owesimame wenze ezibukwayo ethumelela abangani kanye nezihlobo zesoka izithombe zenduku yalo enkundleni yokuxhukumana sebehlukana.

Isoka livuke ngoLwesihlanu lathola okukhulu kunalokhu ebelikulindele libona izithombe zenduku yalo zithunyelwe kubo bonke abantu ku-WhataApp.

OLUNYE UDABA:Ukhala ezimathonsi owaqolwa ezama ukukhulisa 'induku'

“Angazi ukuthi ngenzenjani ngoba lezi zithombe zithunyelwe nakumaqoqo asemsebenzini ngoba sinokuxhumana ngale nkundla,” kusho isoka.

Liqhubeke lathi intombi ithumele lezi zithombe isebenzisa ucingo lwakhe. Ithe iqede yabe isiphuma kuwo wonke amaqembu, manje lo mlisa kudingeke ukuba afakwe futhi ukuze axolise kubantu ngalokhu, kubika i-Independent on Saturday.



NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.