Ishe kabi ingane edonse ibhodwe elinamanzi abilayo esitofini

2018-02-20 16:00

Durban - Ithole amanxeba okusha ingane enezinyanga ezingu-9 izelwe ngemuva kokudonsa ibhodwe ebeligcwele amanzi abilayo lisesitofini emijondolo yaseMolweni, ePinetown, ngaphandle kweTheku.

UShawn Herst we-Netcare 911, uthe abosizo lokuqala babizelwe endaweni yesigameko ngemuva kwezithba zabo-19:00 ngoMsombuluko.

"Abakwa-Netcare 911 bafike endaweni yesigameko bathola ukuthi ingane ishiswe amanzi abilayo," kusho uHerbst.

OLUNYE UDABA:Isesibhedlela ingane ewele emanzini abilayo

"Ingane ilashelwe endaweni yesigameko ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela saseThekwini ukuze iyoqhubeka nokwelashwa."

Uthe ingane ithelee amanzi abilayo abesebhodweni ebelibekwe esitofini.

"Ithole amanxeba okusha emzimbeni, esifubeni, ezingalweni nasemhlane," esho.

UHerbst uthe ingane ibinabazali bayo ngesikhathi sesigameko.


 - Daily News

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.