Ishone ujuqu eshaywe wumbani iphuma ebholeni nabangani

2017-02-13 10:02

King William's Town - Ishonile indoda eshaywe wumbani ngesikhathi ihamba nabangani bayo ibheke ekhaya isuka emdlalweni webhola eWillowvale ngoMgqibelo, kusho amaphoyisa Eatsern Cape.

"Bekuyizithuba zabo-19:00, ayikho inkundla yezemidlalo, ngakho bebezidlalela endaweni evulelekile. Bebehamba belibangise emakhaya ngemuva komdlalo, yona ihamba phambili ngesikhathi ishaywa wumbani," kusho uCaptain Jackson Manatha.

OLUNYE UDABA: Usindile owesimame oshaywe umbani eGoli

Le ndoda eneminyaka engu-23 ubudala ishone ujuqu.

Isigameko senzeke endaweni yaseMatolweni, esigodini sakwaNqadu.

"Igama lomufi lizodalulwa uma zonke izihlobo zakhe sezazisiwe ngesigameko."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.