Ishonele embhedeni ingane umama eyokha amanzi

2017-03-14 11:04

Cape Town – Amaphoyisa aseWestern Cape aphenya isigameko sokushona kwengane yentombazane enezinyanga ezingu-6 izelwe emzini ose-Athlone.

Amaphoyisa abizelwe eSunbird Court, eBridgetown, e-Athlone ngoMsombuluko ekuseni.

Kukholakala ukuthi le ngane uhluleke ukuphefumula yaze yashona embhedeni ngaphakathi endlini ngesikhathi umama wayo, uCharlene Williams, esayokha amanazi.

OLUNYE UDABA: Kushone ingane ngemuva kokuthi imoto ishayise isihlahla

UWilliams, 32, uthi ingane yakhe ishonele embhedeni kanti futhi yena uyishiye iphila endlini ngoMsombuluko.

Lo mama eme eceleni kwendlu nezingane ezimbili ezisencane uthe: "Ingane ibisishonile ngesikhathi ebuya ukuyokha amanzi.

UWilliams uphinde wathi ubaba wengane ubengekho ngesikhathi ingane ishona njengoba evuke ekuseni waya emsebenzini."

Okhulumela amaphoyisa uSergeant Noloyiso Rwexana uqinisekise ukuvulwa kwedokodo ukuze kuzophenywa.\

 -  Daily Voice

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.