Ishonile indoda 'ebizama ukushaywa wumoya' esiteshini samaphoyisa

2017-02-08 17:56

Johannesburg - Ishonile indoda ngesikhathi izama ukushaywa umoya esiteshini samaphoyisa aseTembisa e-East Rand.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Manyadza Ralidzhivha uthe inkosikazi yake ndoda ifike esiteshini samaphoyisa inenxeba lokugwazwa ngoLwesibili, kubika iTembisan.

OLUNYE UDABA:Kushone indoda endala ngemuva kokushaywa ngesibhakela

"Ngesikhathi esacabanga ukuthi alivule noma angalivuli icala, kufike umyeni wakhe bahlaliswa kwelinye ihhovisi ukuze bezoxoxisana. Le ndoda ibe isishiselwa yadinga ukushaywa umoya. Yahlala eduzane newindi elivuliwe ngemuva kwesikhashana yavele yathula," kusho uRalidzhvha.

Abosizo lokuqala baphuthume endaeni yeisgameko bahlonza le ndoda njengoshonile endaweni yesigameko, kodwa amaphoyisa awanayo imininingwane ngokuthi yini eholele ekutheni ishone le ndoda.

UCaptain alidzhivha uthe kuvulwe idokodo.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.