Ishonile indoda epitshizwe amankwahla ngumkayo

2016-07-21 13:31

Hanoi - Amaphoyisa aqalise uphenyo kulandela ukushona kwendoda kulandela ingxabano la unkosikazi wayo ayipitshize amankwahla ayo imizuzu emihlanu, kusho amaphoyisa aseVietnam.

Amaphoyisa aseTien Giang athe uLe Kim Khai, 53, ubulawe ukucinywa umoya ngesikhathi unkosikazi empitshiza amankwahla.

OLUNYE UDABA: Limgojele umama owabulala izingane zakhe ezine

Njengamanje uPhan Thi Kim, 55, ubengakathweswa icala  ngemuva kokuba athi ubezivikela kumyeni wakhe.

Ngokphenyo lwamaphoyisa isigameko senzeke ngeSonto ngezithuba zabo-13:00.

Lezi zithandani besezingasaboni ngaso linye uKhai wafika emzini kaChuon la ahlala khona nezingane zabo ezimbili.

UKhai wangqongqoza kodwa unkosiakzi wakhe namadodakazi akhe banqaba ukumvulela. UKhai wavele wasebenzisa isaha ukusika isibambo  wangena ngaphaklathi baqala baxabana.

UKhai nguye oqale washaya unkosiakzi wakhe ngezibhakela emshaya ephindelela nakuba amadodakazi akhe abezama ukumnqanda.

UChuon wamemeza wase ebamba ngezandla amankwahla omyeni wakhe ewapitshuza imizuzu emihlanu. 

UKhai ushonele esibhedlela, kubika iwwww.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.