Ishonile indoda eshokhwe wugesi eGoli

2018-04-14 12:32

Johannesburg - Kushone indoda ngemuva kokushokhwa wugesi endaweni okwakhuwa kuyo eFourways enyakatho yeGoli, kusho abosizo lokuqala ngoLwesihlanu.

Okhulumela i-ER24 uRussel Meiring uthe abosizo lokuqala baphuthume endaweni yeisgameko bafika ngemuva kwezithuba zabo-15:00.

OLUNYE UDABA:Kushokheke ibhungu lizama ukuvusa ugesi esigxobeni

"Ngesikhathi befika bafice iloli enkuli ipake ngaphansi kwezintambo zikagesi. Isidumbu sendoda sidindilize eceleni kweloli. Abosizo lokuqala bahlole le ndoda bathola ukuthi inamanxeba okusha isithule," kuqhuba uMeiring.

"Ngeshwa, akukho obekusengenziwa yahlonzwa njengeshonile. Kusolwa ukuthi le loli ithinte izintambo zikagesi, kwashokheka le ndoda ngesikhathi ithinta iloli."

 - African News Agency

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.