Ishonile indoda ezokhele ngomlilo eMontecasino eGoli

2016-07-25 07:17

Johannesburg - Ishonile indoda ezokhele ngomlilo eGoli eMontecasino ngeSonto ntambama, kusho abosizo lokuqala.

Okhulumela iJohannesburg Emergency Management Services (EMS) uRobert Mulaudzi uthe kusolwa ukuthi le ndoda izimbombothele ngophethiloli  ngaphambi kokuzishisa. Ishonele endaweni yesigameko.

OLUNYE UDABA: Uzokhele ngomlilo ephikisa umthetho

Le ndoda ibingakahlonzwa kanti imbangela yalesenzo isaphenywa.

Ngokusho kwenkundla yezokuxhumana yaseMontecasino iTwitter isigameko senzeke ngaphandle kwendawo yokudlela kule ndawo.

Uphenyo luyaqhubeka.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.