Ishonile indoda izama ukuvikela umndeni ezigebengwini

2016-07-13 11:32

Johannesburg - Kubulawe indoda eneminyaka engu-66 ubudala yaseMeredale ekuseni ngoLwesithathu ngesikhathi ihlaselwa yizigebengu emzini wayo.

Okhulumela i-ER24, uChitra Bodasing, uthe abosizo lokuqala babizelwe endaweni yesigameko ngezithuba zabo-03:00.

OLUNYE UDABA: Kugwazwe iphoyisa ebelilamula eKnysna

"Kukholakala ukuthi le ndoda ibizama ukuvikela umndeni wayo ngesikhathi idutshulwa. Abosizo lokuqala bayifice isekamelweni inamanxeba okulimala ekhanda," usho njalo.

"Ngeshwa akukho obekungesenziwa ukuyihlenga njengoba ihlonzwe njengoshonile endaweni yesigameko. Amalungu omndeni kubalwa nengane eneminyaka engu-3 ubudala awazange alimale," kusho uBodasing.

Amaphoyisa aphenya isigameko. 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.